Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 25:44 - IsiZulu 2020

44 USawule wayesemganisile uMikhali indodakazi yakhe, wamganisela uPhalithi, indodana kaLayishi, waseGalimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Kepha uSawule wayesemnike uPaliti indodana kaLayishi waseGalimi uMikhali indodakazi yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Kepha uSawule wanika uPhaliti indodana kaLayishi waseGalimi indodakazi yakhe uMikhali umkaDavide.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 25:44
5 Referans Kwoze  

UDavide wathumela izithunywa ku-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, wathi: “Nginike umkami uMikhali, engamkhokhela ngamajwabu amaFilisti ayikhulu.”


UDavide nabantu bakhe basuka baya kumaFilisti, babulala angama-200. UDavide waletha amajwabu awo; bawayisa enkosini ephelele ukuba abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wayesemganisela uMikhali, indodakazi yakhe, waba ngumkakhe.


Khamuluka ndodakazi yaseGalimi; qaphela Layishi, yiphendule Anathothi.


UMikhali, indodakazi kaSawule, wayemthanda uDavide. Abantu bamtshela uSawule, kwaba kuhle lokho kuye wavumelana nakho.


U-Ishi Bhoshethi wathumela ukuba ayolandwa kumyeni wakhe uPhalithiyeli, indodana kaLayishi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite