1 Samuweli 25:2 - IsiZulu 20202 Kwakukhona umuntu eMahoni owayenemfuyo eKharmeli. Lowo muntu wayecebe kakhulu, enezimvu eziyizi-3 000 nezimbuzi eziyi-1 000. Izimvu zakhe wayezigundela eKharmeli. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Kwakukhona umuntu eMahoni onemfuyo yakhe eKarmeli; lowo muntu wayemkhulu kakhulu, wayenezimvu eziyizinkulungwane ezintathu nezimbuzi eziyinkulungwane; wayezigunda izimvu zakhe eKarmeli. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20242 Kwakukhona umuntu eMahoni omfuyo yakhe yayiseKarmeli; lowo muntu wayemkhulu kakhulu, enezimvu eziyizinkulungwane ezintathu nezimbuzi eziyinkulungwane; wayezigunda izimvu zakhe eKarmeli. Gade chapit la |