Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 25:19 - IsiZulu 2020

19 Wathi ezincekwini zakhe: “Hambani phambi kwami; ngiyanilandela.” Kepha akayitshelanga lutho indoda yakhe, uNabali.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Wathi kuzo izinsizwa: “Hambani phambi kwami; bhekani, ngiyanilandela.” Kepha akayitshelanga indoda yakhe uNabali.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Wathi ezincekwini zakhe: “Phumani phambi kwami; bheka, ngiyakulandela. Kodwa akamtshelanga umyeni wakhe uNabali.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 25:19
9 Referans Kwoze  

futhi niyakuthi: ‘Bheka, inceku yakho uJakobe iyeza emva kwethu,’ ” ngokuba wacabanga ukuthi: “Ngingahle ngimthobise ngalesi sipho engisiqhuba phambi kwami, kuyothi lapho ngibona ubuso bakhe, mhlawumbe angemukele.”


Wazinikela zonke lezo zilwane esandleni sezinceku zakhe ukuba ziziqhube, umhlambi ngamunye. Wathi ezincekwini zakhe: “Hambani phambi kwami, nishiye isikhala phakathi kwemihlambi.”


Unakekela okwenzeka emzini wakhe, akasidli isinkwa sobuvila.


Kwathi esagibele embongolweni, ehla endaweni esithekileyo esentabeni; kwase kwehlela kuye uDavide nabantu bakhe ukuba bahlangane naye, nembala wahlangana nabo.


U-Abhigayili wabuyela kuNabali; wafica enesiphihli sedili endlini yakhe, kungathi yidili lenkosi. Inhliziyo kaNabali yayithakasile ithe cosololo, ephuze kakhulu. U-Abhigayili akamtshelanga lutho oluncane nolukhulu kwaze kwaba sekuseni.


Wayala nowesibili, nowesithathu, nabo bonke ababeqhuba imihlambi, wathi: “Niyakuphendula ngokufanayo ku-Esawu lapho nihlangana naye,


Izipho zamendulela, kodwa yena ngalobo busuku wasala, walala lapho babekanise khona.


Langa limbe uJonathani, indodana kaSawule, wathi odibini lwakhe: “Woza siwele, siye ebuthweni lamaFilisti elingaphesheya.” Kepha akamazisanga uyise ngalokho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite