1 Samuweli 25:17 - IsiZulu 202017 Ngakho yazi-ke, ubone ukuthi uzokwenzenjani, ngokuba ububi buyayinyonyobela inkosi yethu nendlu yayo yonke, kwazise ingumuntu ongazihloniphi ukuba umuntu angakhuluma nayo.” Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Ngalokho yazi, ubone ukuthi uyakwenzani, ngokuba okubi sekunqunyelwe inkosi yethu nendlu yayo yonke, lokhu engumuntu omubi kangaka, ukuze umuntu angekhulume naye.” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202417 Yazi manje, unake lokho ozakukwenza; ngoba ngokuqinisekile ububi bumelene nenkosi yethu naphezu kwayo yonke indlu yayo, ngoba iyindodana kaBheliyali kangangokuthi akekho ongakhuluma nayo. Gade chapit la |
UGadi wafika kuDavide wambikela, wathi kuye: “Izofika yini kuwe: iminyaka eyisikhombisa yendlala ezweni lakini, noma izinyanga ezintathu ubaleka ezitheni eziyobe zilokhu zikuxoshile, noma izinsuku ezintathu zobhubhane ezweni lakini na? Manje-ke, cabangisisisa, unqume ukuthi mpendulo yini engizokuyibuyisela kongithumileyo.”