1 Samuweli 25:12 - IsiZulu 202012 Izinsizwa zikaDavide zaphenduka kuleyo ndlela ezaziyithathile zabuyela emuva, zabika kuye wonke lawo mazwi. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Zase ziphenduka izinsizwa zikaDavide endleleni yazo, zabuyela, zamtshela onke lawo mazwi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202412 Zase ziphenduka izinsizwa zikaDavide, zabuya, zafika zamtshela onke lawo mazwi. Gade chapit la |
UGadi wafika kuDavide wambikela, wathi kuye: “Izofika yini kuwe: iminyaka eyisikhombisa yendlala ezweni lakini, noma izinyanga ezintathu ubaleka ezitheni eziyobe zilokhu zikuxoshile, noma izinsuku ezintathu zobhubhane ezweni lakini na? Manje-ke, cabangisisisa, unqume ukuthi mpendulo yini engizokuyibuyisela kongithumileyo.”