Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:19 - IsiZulu 2020

19 Kwase kwenyuka abaseZifi, baya kuSawule eGibheya, bathi: “UDavide akacashile yini phakathi kwethu ezinqabeni eHoreshi egqumeni iHakhila, eliseningizimu yeJeshimoni na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kwase kwenyuka abaseZifi, baya kuSawule eGibeya, bathi: “UDavide akacashi yini kithi ezinqabeni zaseHoreshi entabeni yaseHakhila elingaseningizimu kwasehlane na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 AbaseSifi base benyukela kuSawule eGibeya, bathi: “UDavide akazicashi yini kithi ezinqabeni zehlathi entabeni yaseHagila ngaseningizimu kwaseJesimoni na?

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:19
6 Referans Kwoze  

Abantu baseZifi baya kuSawule eGibheya, bathi: “UDavide akacashile yini entabeni iHakhila engaphambi kweJeshimoni, na?”


USawule wakanisa entabeni iHakhila engaphambi kwehlane, ngasendleleni. UDavide wahlala ehlane, nokho wabona ukuthi uSawule uyamlandela lapho ehlane.


Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izikhulu zakhe ziyakhohlakala.


Kwathi lapho uSawule esebuyile ukuxosha amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane e-Eni Gedi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite