Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:16 - IsiZulu 2020

16 Kwasuka uJonathani, indodana kaSawule, waya kuDavide eHoreshi, wamqunga isibindi ngenxa kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kwasuka uJonathani indodana kaSawule, waya kuDavide eHoreshi, waqinisa isandla sakhe kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 UJonathani indodana kaSawule wasuka waya kuDavide ehlathini, waqinisa isandla sakhe kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:16
16 Referans Kwoze  

Ngakho-ke wena mntanami, qina emseni okuKhristu uJesu.


Elokugcina, qinani eNkosini nasemandleni ayo amakhulu.


Kepha Mina ngikunxusele ukuba ukukholwa kwakho kungapheli. Wena-ke, uma usuphendukile, uqinise abafowenu.”


UDavide wayekhathazekile kakhulu, ngoba abantu base bebhunga ngokumkhanda ngamatshe, lokhu izinhliziyo zabo bonke abantu zazinomunyu, ngenxa yamadodana namadodakazi abo. Kepha uDavide wathola amandla kuSimakade uNkulunkulu wakhe.


Kwabonakala kuye ingelosi ivela ezulwini, imqinisa.


Ngabatshela ukuthi isandla esihle sikaNkulunkulu wami sibe nami kanjani, nangamazwi inkosi eyayiwakhulume kimi. Bathi: “Masisukume sakhe.” Base bewuqala ngentshisekelo umsebenzi.


Amafutha namakha kuyayithokozisa inhliziyo, kodwa umphefumulo udabukiswa yinhlupheko.


Insimbi ilola enye insimbi, nomuntu usizwa ngabanye.


Kodwa yala uJoshuwa, umqunge isibindi, umqinise, ngokuba uyakuwela ehola laba bantu, abenze ukuba balidle izwe oyakulibona.’


Benginganikhuthaza ngomlomo, induduzo yezindebe zami idambise izinhlungu zenu.


Ngokuba nidabukise inhliziyo yolungileyo ngamanga; Mina angizange ngimdabukise; niqinise izandla zezikhohlakali ukuze zingaphenduki endleleni yazo embi, zisindiswe.


UDavide wabona ukuthi uSawule uphumele ukumbulala; uDavide wayesehlane eZifi eHoreshi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite