Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:15 - IsiZulu 2020

15 UDavide wabona ukuthi uSawule uphumele ukumbulala; uDavide wayesehlane eZifi eHoreshi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UDavide wabona ukuthi uSawule uphumele ukufuna ukuphila kwakhe; uDavide wayesehlane laseZifi eHoreshi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 UDavide wabona ukuthi uSawule uphumele ukufuna ukuphila kwakhe, uDavide wayesehlane laseZifi ehlathini.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:15
7 Referans Kwoze  

UDavide wahlala ehlane ezinqabeni, wahlala kwelezintaba ehlane iZifi. USawule wamfuna zonke izinsuku, kodwa uNkulunkulu akamnikelanga esandleni sakhe.


Kwasuka uJonathani, indodana kaSawule, waya kuDavide eHoreshi, wamqunga isibindi ngenxa kaNkulunkulu.


USawule wakanisa entabeni iHakhila engaphambi kwehlane, ngasendleleni. UDavide wahlala ehlane, nokho wabona ukuthi uSawule uyamlandela lapho ehlane.


Abantu bakaDavide bathi kuye: “Uyabona-ke, siyesaba lapha kwaJuda; kangakanani-ke uma sesiya eKheyila, silwe namabutho amaFilisti na?”


Ikhanda lika-Ishi Bhoshethi baliyisa kuDavide eHebhroni, bathi enkosini: “Nanti ikhanda lesitha sakho u-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, owayefuna ukuphila kwakho, kodwa uSimakade ukuphindiselele namuhla nkosi yami, nkosi, kuSawule nakulo uzalo lwakhe.”


Wabuye wangithinta obonakala njengomuntu, wangiqinisa.


izwe lalingabafanele, bahamba emahlane, ezintabeni, emihumeni nasemigedeni yomhlaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite