Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 22:9 - IsiZulu 2020

9 UDowegi wakwa-Edomi owayemi nezinceku zikaSawule waphendula, wathi: “Ngayibona indodana kaJese ifika eNobhi ku-Ahimelekhi, indodana ka-Ahithubi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UDowegi wakwa-Edomi owayemi ngakuzo izinceku zikaSawule waphendula wathi: “Ngabona indodana kaJese iza eNobi ku-Ahimeleki indodana ka-Ahithubi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wayesephendula uDowegi wakwaEdomi owayemiswe phezu kwezinceku zikaSawule, wathi: “Ngabona indodana kaJese iza eNobi ku-Ahimeleki indodana ka-Ahithubi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 22:9
8 Referans Kwoze  

Abantu abahlebayo babekuwe ukuba bachithe igazi, badla kuwe ezintabeni, bekuwe benza ubufebe.


Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izikhulu zakhe ziyakhohlakala.


Ufakazi wamanga akayukuyekwa angajeziswa, nophafuza amanga akayukuphunyuka.


U-Ahiya, indodana ka-Ahithubi, umfowabo ka-Ikhabhodi kaFinehasi ka-Eli, umphristi kaSimakade eShilo, wayembethe ingubo yamahlombe. Abantu babengazi ukuthi uJonathani uhambile.


Namuhla izokanisa eNobhi, izakuzivocavocela intaba yendodakazi yaseZiyoni negquma eJerusalema, isibhakela sayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite