Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 22:23 - IsiZulu 2020

23 Hlala nami, ungesabi, ngokuba ofuna ukuphila kwami nokwakho uyakufuna, kodwa uzovikeleka lapha kimi.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Hlala kimi, ungesabi, ngokuba ofuna ukuphila kwami ufuna ukuphila kwakho, kepha uyakulondolozeka kimi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Hlala nami, ungesabi, ngokuba ofuna ukuphila kwami ufuna ukuphila kwakho; kepha uma unami uyakusindiswa.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 22:23
11 Referans Kwoze  

Inkosi yathi ku-Abhiyathara, umphristi: “Hamba uye e-Anathothi emasimini akho, ngokuba ufanelwe wukufa, kodwa angizukukubulala namuhla, ngokuba wawuthwala umphongolo weNkosi uSimakade phambi kukaDavide, ubaba. Nawe wahlushwa yizona zonke izinhlupheko ezehlela ubaba.”


ukuze kugcwaliseke izwi alishoyo, wathi: “Kulabo ongiphe bona, angilahlekelwanga namunye.”


Khumbulani izwi enganitshela lona, ngathi: ‘Isisebenzi kasingaphezulu komqashi waso.’ Uma Mina bengihlupha, nani bayakunihlupha; uma beligcina izwi lami, kanjalo bayakuligcina nelenu.


Ngesikhathi ngisenabo emhlabeni, ngibalondile egameni lakho labo onginike bona. Ngibalondile, akwalahleka namunye kubo, kuphela lowo owayemiselwe ukulahlwa, ukuze kugcwaliseke umbhalo.


“Ngaleso sikhathi bayakunikhaphela osizini, banibulale, nizondwe yizizwe zonke ngenxa yegama lami.


Abantu ababemlandela, bemsiza futhi ecebisana nabo u-Adoniya, kwakunguJowabe, indodana kaZeruya no-Abhiyathara, umphristi.


Wathi kuye: “Ungesabi, ngokuba isandla sikaSawule, ubaba, asiyukukufumana. Wena uyakubusa phezu kuka-Israyeli, mina ngiyoba ngowesibili embusweni; noSawule ubaba uyakwazi lokho.”


UDavide wayesethi kuye: “Ungesabi, ngokuba ngiyakukwenzela impela umusa ngenxa kaJonathani, uyihlo; ngizokubuyisela lonke izwe likamkhulu wakho, uSawule; uyakudla njalo etafuleni lami.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite