1 Samuweli 22:15 - IsiZulu 202015 Ngiqale namuhla yini ukumbuzela kuSimakade na? Qha, akunjalo; inkosi mayingabeki cala encekwini yayo, nakuyo yonke indlu kababa, ngokuba inceku yakho ibingazi lutho mpela ngalokhu.” Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE15 Ngiqale namuhla yini ukumbuzela kuJehova na? Makube kude nami; inkosi mayingabeki cala encekwini yayo, nakuyo yonke indlu kababa, ngokuba inceku yakho ayazi lutho lwayo yonke le ndaba, oluncane noma olukhulu.” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202415 Ngaqala-ke ukumbuzela kuNkulunkulu na? inkosi mayingabaleli lutho encekwini yayo nakuyo yonke indlu kababa, ngokuba inceku yakho ibingazi lutho ngalokhu, nokuncane noma okuncane. Gade chapit la |