Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 22:1 - IsiZulu 2020

1 UDavide wasuka lapho, wabalekela emgedeni e-Adulamu. Abafowabo nabo bonke abendlu kayise bekuzwa lokho, behlela khona, baya kuye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UDavide wayesesuka khona, wabaleka, waya emhumeni wase-Adulamu; lapho abafowabo nabo bonke abendlu kayise bekuzwa, behlela khona kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UDavide wayesesuka lapho, wabalekela emhumeni wase-Adulamu; kwathi abafowabo nawo wonke umndeni wakhe bekuzwa, behlela kuye khona.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 22:1
13 Referans Kwoze  

Kwathi ngesikhathi amabutho amaFilisti ekanise eSigodini samaRefa, kwehla abathathu kwabayizinhloko ezingama-30, baya etsheni kuDavide, emgedeni wase-Adulamu.


izwe lalingabafanele, bahamba emahlane, ezintabeni, emihumeni nasemigedeni yomhlaba.


USimakade ngimbonga ngezikhathi zonke; izibongo zakhe zizohlala zisemlonyeni wami njalo njalo.


inkosi yaseLibhina: iyodwa; inkosi yase-Adulamu: iyodwa;


Nina zakhamuzi zaseMaresha, ngizakunithumelela futhi umthumbi, udumo luka-Israyeli luyakufika e-Adulami.


Ngokuba uSimakade usezakuphuma endaweni yakhe, ehlele phansi, anyathele ezindaweni eziphakemeyo zomhlaba.


iJarimuthi, i-Adulamu, iSoko, i-Azeka,


Ngaleso sikhathi uJuda wabashiya abafowabo, wayohlala nomuntu wase-Adulama okuthiwa nguHira.


Abantu bakaDavide bathi kuye: “Bheka, nantu usuku uSimakade akhuluma ngalo kuwe, ethi: ‘Uyabona-ke, ngiyakunikela isitha sakho esandleni sakho, wenze okubona kukuhle kuwe.’ ” Wayesesuka uDavide, wasika ngasese umphetho wengubo kaSawule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite