Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 21:4 - IsiZulu 2020

4 Umphristi wamphendula uDavide, wathi: “Asikho isinkwa esijwayelekile enginaso, kodwa kukhona isinkwa esingcwele, izinsizwa zingasidla kuphela uma zizigcinile esifazaneni.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Umpristi wamphendula uDavide, wathi: “Asikho isinkwa esivamileyo nje phansi kwesandla sami, kepha kukhona isinkwa esingcwele, uma izinsizwa zizigcinile esifazaneni kuphela.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Umpristi wamphendula uDavide, wathi: “Akukho sinkwa esivamile phansi kwesandla sami, kodwa kukhona isinkwa esingcwele; uma izinsizwa okungenani beziqhelelanisa nabesifazane.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 21:4
9 Referans Kwoze  

Wathi kubantu: “Zilungiseleleni lezi zinsuku ezintathu; ningasondeli kwabesifazane.”


Uyobeka njalo phambi kwami phezu kwetafula isinkwa soBukhona bami.”


Ningagodlelani, kuphela kube ngokwesikhashana ngokuvumelana ukuba nithole ithuba lokukhuleka, nibuye nibe ndawonye, ukuze uSathane anganiyengi ngokungazibambi kwenu.


nokukhuluma kubaphristi abasendlini kaSimakade Wamabandla nakubaphrofethi, bathi: “Ngikhale yini ngenyanga yesihlanu, ngizile, njengoba ngenzile kule minyaka eminingi kangaka, na?”


Umphristi wayesemnika isinkwa esingcwele, kwazise sasingekho esinye isinkwa lapho, kuphela esoBukhona esasisuswe phambi kukaSimakade ngesikhathi kubekwa esisha esishisayo.


Uma owesilisa elale nowesifazane wamthela ngesidoda, bobabili bayakugeza ngamanzi, babe ngabangcolileyo kuze kuhlwe.


Ngakho-ke yini onayo lapho? Nginike izinkwa eziyisihlanu noma yini nje ekhona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite