Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:37 - IsiZulu 2020

37 Esefikile umfana lapho umcibisholo wawucitshelwe khona nguJonathani, uJonathani wamemeza engasemuva komfana, wathi: “Umcibisholo awungaphambi kwakho na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Umfana esefikile endaweni yomcibisholo uJonathani ayicibisheleyo, uJonathani wamemeza emva komfana, wathi: “Umcibisholo awungaphambi kwakho na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 Umfana esefikile endaweni yomcibisholo uJonathani awucibishelayo, uJonathani wabiza umfana emva kwakhe, wathi: “Umcibisholo awukho ngaphesheya kwakho na?”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:37
2 Referans Kwoze  

Kepha uma ngithi kumfana: ‘Bheka, imicibisholo ingale kwakho,’ hamba, ngokuba uSimakade ukuhambisile.


Waqhubeka uJonathani wamemeza engasemuva komfana, ethi: “Shesha, uphuthume, ungemi.” Umfana kaJonathani wayiqoqa imicibisholo, weza nayo kumniniwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite