Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:35 - IsiZulu 2020

35 Kwathi ngakusasa ekuseni uJonathani waphuma, waya endle ngesikhathi ababenqumelene sona noDavide; wayehamba nomfana omncane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Kwathi ekuseni uJonathani waphuma, waya endle ngesikhathi abasimisile noDavide, umfana omncane enaye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Kwathi ekuseni uJonathani waya endle ngesikhathi esimisiwe noDavide, nomfana omncane enaye.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:35
4 Referans Kwoze  

U-Amasa wahamba wamqoqa uJuda, kodwa wathatha isikhathi eside kunaleso ayesinqunyelwe.


Kuyothi ngosuku lwesithathu, bese wehla masinyane, uye kuleyo ndawo owawucashe kuyo ngosuku lwesigameko leso; uhlale ngasetsheni e-Ezeli.


UJonathani wasuka etafuleni ethukuthele; akadlanga kudla ngosuku lwesibili lwenyanga, ngokuba wayenosizi ngenxa kaDavide, kwazise uyise wayemhlazisile.


Wathi kumfana wakhe: “Gijima, ufune imicibisholo engiyicibileyo.” Esagijima umfana, uJonathani waciba umcibisholo phambi kwakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite