Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:34 - IsiZulu 2020

34 UJonathani wasuka etafuleni ethukuthele; akadlanga kudla ngosuku lwesibili lwenyanga, ngokuba wayenosizi ngenxa kaDavide, kwazise uyise wayemhlazisile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 UJonathani wasuka etafuleni evutha ulaka, akadlanga kudla ngosuku lwesibili lwenyanga, ngokuba wayenosizi ngenxa kaDavide, lokhu uyise emhlazisile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 UJonathani wasukuma etafuleni ngolaka olukhulu, akadlanga lutho ngosuku lwesibili lwenyanga, ngokuba wayedabukile ngenxa kaDavide, lokhu uyise emhlazisile.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:34
5 Referans Kwoze  

Thukuthelani ningoni; ilanga malingashoni nisathukuthele.


UJesu waqalaza nxazonke ebabuka, ethukuthele, edabukile kakhulu ngenxa yobulukhuni bezinhliziyo zabo. Wayesethi kulowo muntu: “Yelula isandla sakho.” Waselula, saphiliswa isandla sakhe.


Impela emhlabeni akekho umuntu owenza okulungile kodwa, ongoni ngalutho.


USawule wamciba ngomkhonto efuna ukumgwaza ngawo; uJonathani wase azi ukuthi uyise uhlose ukubulala uDavide.


Kwathi ngakusasa ekuseni uJonathani waphuma, waya endle ngesikhathi ababenqumelene sona noDavide; wayehamba nomfana omncane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite