Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:28 - IsiZulu 2020

28 UJonathani wamphendula uSawule, wathi: “UDavide wangicela impela ukuba aye eBhethlehema,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 UJonathani wamphendula uSawule, wathi: “UDavide wangicela nokungicela ukuba aye eBetlehema,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 UJonathani wamphendula uSawule, wathi: “UDavide wangincenga nokungicela ukuba ngihambe ngiye eBetlehema;

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:28
3 Referans Kwoze  

Uma uyihlo ebona ukuthi angikho, ubothi: ‘UDavide ucelile impela ukuba aphuthume eBhethlehema emzini wakubo, ngokuba ngalesi sikhathi kwenziwa umhlatshelo waminyaka yonke owenzelwa wonke umndeni wakubo.’


Kwathi ngosuku olulandelayo lokwethwasa kwenyanga, indawo kaDavide isalokhu ingenamuntu, uSawule wathi kuJonathani, indodana yakhe: “Kungani indodana kaJese ingafikanga esidlweni izolo nanamuhla na?”


wathi: ‘Ngivumele ukuba ngihambe, ngokuba umndeni wakithi unomhlatshelo emzini; umfowethu ungiyalile ukuba ngibe khona. Manje-ke uma ngifumene umusa emehlweni akho, vuma ngihambe ngiyobona abafowethu.’ Yingakho-ke engafikanga etafuleni lenkosi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite