Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 2:26 - IsiZulu 2020

26 Umntwana uSamuweli waqhubeka wakhula, waba muhle kuSimakade nakubantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Umntwana uSamuweli waqhubeka wakhula, waba muhle kuJehova nakubantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Umntwana uSamuweli wakhula, wathandeka kuJehova nakubantu.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 2:26
11 Referans Kwoze  

UJesu wakhula ekuhlakanipheni nasemzimbeni, ethokozelwa nguNkulunkulu nangabantu.


Wakhula umntwana, waba namandla, wagcwala ukuhlakanipha; umusa kaNkulunkulu wawuphezu kwakhe.


lowo okhonza uKhristu kulokhu, uyathandeka kuNkulunkulu, uyancomeka nakubantu.


bemdumisa uNkulunkulu, bethandeka kubantu bonke. INkosi yenezela ebandleni imihla ngemihla labo abasindiswayo.


USimakade wamhambela uHana, wakhulelwa wazala amadodana amathathu namadodakazi amabili. Umntwana uSamuweli wakhula phambi kukaSimakade.


Umntwana wakhula, waba namandla emoyeni; wahlala ehlane kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe ku-Israyeli.


Ububele neqiniso makungakushiyi; kubophele entanyeni yakho, ukulobe esibhebheni senhliziyo yakho,


ukuze uthole umusa nodumo oluhle emehlweni kaNkulunkulu nabantu.


ngakho-ke uJosefa wafumana umusa phambi kwayo, waba yinceku yayo; yamenza waba ngumphathi wendlu yayo, wengamela konke eyayinakho.


Owesifazane wazala indodana, wayiqamba igama wathi nguSamsoni. Umfana wakhula, uSimakade wambusisa.


USamuweli wakhula, uSimakade wayenaye, wawafeza wonke amazwi kaSamuweli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite