Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 2:21 - IsiZulu 2020

21 USimakade wamhambela uHana, wakhulelwa wazala amadodana amathathu namadodakazi amabili. Umntwana uSamuweli wakhula phambi kukaSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 UJehova wamhambela uHana; wakhulelwa, wazala amadodana amathathu namadodakazi amabili. Umntwana uSamuweli wakhula phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 UJehova wamhambela uHana, wakhulelwa, wazala amadodana amathathu namadodakazi amabili. Umntwana uSamuweli wakhula phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 2:21
11 Referans Kwoze  

Wakhula umntwana, waba namandla, wagcwala ukuhlakanipha; umusa kaNkulunkulu wawuphezu kwakhe.


USimakade wamhambela uSara njengoba ayekade eshilo, wamenzela lokho ayemethembise khona.


USamuweli wakhula, uSimakade wayenaye, wawafeza wonke amazwi kaSamuweli.


Umntwana uSamuweli waqhubeka wakhula, waba muhle kuSimakade nakubantu.


Owesifazane wazala indodana, wayiqamba igama wathi nguSamsoni. Umfana wakhula, uSimakade wambusisa.


Umntwana wakhula, waba namandla emoyeni; wahlala ehlane kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe ku-Israyeli.


“Mayibongwe iNkosi, uNkulunkulu ka-Israyeli, ngokuba ibahambele abantu bayo, yabahlenga.


UJesu wakhula ekuhlakanipheni nasemzimbeni, ethokozelwa nguNkulunkulu nangabantu.


Bheka, abantwana bayifa elivela kuSimakade, isithelo sesibeletho singumklomelo.


ukuze uthole umusa nodumo oluhle emehlweni kaNkulunkulu nabantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite