Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 19:9 - IsiZulu 2020

9 Umoya omubi owawuvela kuSimakade wehlela kuSawule ehlezi endlini yakhe, ephethe umkhonto ngesandla; uDavide wayebetha ihabhu ngesandla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Umoya omubi owavela kuJehova wamehlela uSawule ehlezi endlini yakhe, ephethe umkhonto esandleni sakhe; uDavide wayebetha ngesandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Umoya omubi kaJehova waba phezu kukaSawule ehlezi endlini yakhe ephethe umkhonto esandleni sakhe, uDavide ebetha ngesandla sakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 19:9
7 Referans Kwoze  

UMoya kaSimakade wamshiya uSawule, wayesengenwa ngumoya omubi owawuvela kuSimakade.


Mayisho inkosi yethu ukuba izinceku eziphambi kwakho zifune umuntu owazi ukubetha ihabhu; kuyothi lapho ufikelwa ngumoya omubi ovela kuNkulunkulu, akushayele ihabhu, ube ngcono.”


Kwaphinde kwaqubuka impi, uDavide waphuma wayokulwa namaFilisti, wabulala amaningi; asindayo acela empunzini.


“Wathi: ‘Ngizophuma ngibe ngumoya wamanga emilonyeni yabo bonke abaphrofethi bakhe.’ “Wayesethi: ‘Uyakumyenga, futhi umehlule. Hamba wenze kanjalo.’


Izinceku zikaSawule zathi kuye: “Bheka, umoya omubi ovela kuNkulunkulu uyakuhlupha.


USawule wezwa ukuthi uDavide nabantu ayekanye nabo babebonakele. USawule wayeseGibheya, ehleli phansi kwesihlahla somthamariske egqumeni, ephethe umkhonto esandleni, izinceku zakhe zonke zazimi naye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite