Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 18:19 - IsiZulu 2020

19 Kwathi lapho kufika isikhathi sokuthi uMerabi, indodakazi kaSawule, agane uDavide, uSawule uyise, wamganisela u-Adriyeli waseMehola, waba ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kepha kwathi ngesikhathi uMerabi indodakazi kaSawule ebeyakunikwa uDavide, wanikwa ku-Adriyeli waseMehola abe ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kodwa ngesikhathi uMerabi indodakazi kaSawuli ephiwa uDavida, wanikwa u-Adriyeli umMeholathi abe ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 18:19
5 Referans Kwoze  

Inkosi yathatha amadodana amabili kaRizpha, indodakazi ka-Aya, ayewazalele uSawule: u-Arimoni, noMefibhoshethi namadodana amahlanu kaMikhali, indodakazi kaSawule, ayewazalele u-Adriyeli, indodana kaBharizilayi, umMeholathi.


Ngesikhathi eshaya amacilongo angama-300, uSimakade wenza ukuba izitha zibulalane zodwa, yonke impi yesitha; impi yabaleka yaze yayofika eBhethi Shitha ngaseZerera, nasemngceleni wase-Abhela Mehola ngaseThabhathi.


UmkaSamsoni waganiselwa umngani owayekade engumkhaphi kaSamsoni.


Ugcobe futhi noJehu, indodana kaNimishi, abe yinkosi kwa-Israyeli, bese ugcoba no-Elisha, indodana kaShafathi wase-Abhela Mehola, abe ngumphrofethi esikhundleni sakho.


uBhahana, indodana ka-Ahiludi eThahanaki, eMegido, nakulo lonke iBhethi Sheyani elingaseceleni kweZarethani, ngezansi kwaseJizreyeli, kusukela eBhethi Sheyani kuze kube se-Abhela Mehola nangaphesheya kweJokimeyamu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite