Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:7 - IsiZulu 2020

7 Uthi lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki; isihloko somkhonto sasingamashekeli ensimbi angama-600. Phambi kwakhe kwakuhamba ophethe isihlangu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Uthi lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki; isihloko somkhonto sasingamashekeli* angamakhulu ayisithupha ensimbi; ophethe isihlangu wahamba phambi kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Udondolo lomkhonto wakhe lwalunjengogongolo lomaluki; ikhanda lomkhonto wakhe lalingamashekeli angamakhulu ayisithupha ensimbi, nophethe isihlangu waphuma phambi kwakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:7
5 Referans Kwoze  

Kwaphinde kwaqubuka enye futhi impi namaFilisti eGobhi. U-Elihanani, indodana kaJahari Oregimi waseBhethlehema, wabulala uGoliyathi, umGithi, othi lomkhonto wakhe lwalungangogongolo lomaluki.


Wabulala nowaseGibhithe owayebukeka. Lona waseGibhithe wayephethe umkhonto esandleni sakhe, kodwa uBhenaya wabhekana naye ephethe induku nje. Wawuhlwitha umkhonto esandleni somGibhithe, wambulala ngawo umkhonto wakhe.


Weza umFilisti, wafika wasondela kuDavide; umuntu owayephethe isihlangu wayehamba phambi kwakhe.


Kwaphinda kwaqubuka enye impi namaFilisti. U-Elihanani, indodana kaJayire, wabulala uLahimi, umfowabo kaGoliyathi, umGithi; uthi lomkhonto ayewuphatha lwalungangogongolo lomaluki.


U-Ishibhi Bhenobhi, omunye wamaRefa, osisindo somkhonto wakhe sasingamashekeli ethusi angama-300, futhi ebhince inkemba entsha, wathi, uzakumbulala uDavide.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite