Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:39 - IsiZulu 2020

39 Wambhincisa uDavide inkemba yakhe phezu kwezingubo ayemgqokise zona, wazama ukuhamba ngokuba wayengazejwayele. UDavide wathi kuSawule: “Angikwazi ukuhamba nalezi zinto; angikazejwayeli.” UDavide wayesezikhumula.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 UDavide wabhinca inkemba yakhe phezu kwezambatho zakhe, wazama ukuhamba, ngokuba wayengakazilingi. UDavide wathi kuSawule: “Anginakuhamba nalezi, angikazilingi.” UDavide wayesezikhumula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 UDavide wabhinca inkemba yakhe empahleni yakhe, wazama ukuhamba; ngoba akazange akufakazele. UDavide wayesethi kuSawule: “Anginakuhamba nawo; ngoba kangibalinganga. UDavide wawasusa kuye.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:39
5 Referans Kwoze  

Yayisithi kimi: “Lokhu yizwi likaSimakade eliqondiswe kuZerubhabhele elithi: ‘Kungabi ngempi, kungabi ngamandla, kodwa kube ngoMoya wami kuphela,’ kusho uSimakade Wamabandla.


Kepha indlu yakwaJuda ngiyakuyizwela, ngibasindise ngoSimakade uNkulunkulu wabo, angiyukubasindisa ngomnsalo, ngenkemba, ngempi, ngamahhashi nangabagibeli bamahhashi.”


USawule wamgqokisa uDavide izingubo zakhe zempi, wamethwesa isigqoko sethusi ekhanda, wamembathisa nebhantshi lensimbi.


Wathatha induku yakhe wayiphatha ngesandla, wazikhethela amatshe ayisihlanu abushelelezi emfundlaneni, wawafaka esikhwameni somelusi, waphatha nendwayimane yakhe ngesandla. Wasondela kumFilisti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite