Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:22 - IsiZulu 2020

22 UDavide wayishiya impahla yakhe kumlindi wempahla, wagijimela empini, wabingelela abafowabo wababuza impilo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UDavide washiya impahla yakhe esandleni somlindi wempahla, wagijimela empini, wabingelela abafowabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UDavide wayishiya inqola yakhe esandleni sabalindi, wagijimela ebuthweni, wafika wabingelela abafowabo.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:22
11 Referans Kwoze  

Liyeza i-Ayi, ledlula eMigroni; lethula impahla yalo eMikhimashi,


Baphambukela lapho, bafika endlini yensizwa yomLevi, endlini kaMikha, bayibuza impilo.


Wathi kuye: “Hamba uyobona ukuthi abafowenu nemfuyo basaphatheke kahle yini, bese ungilethela umbiko.” Wamthuma esuka esigodini eHebhroni, waze wayofika eShekhemu.


Baphenduka bangena indlela, babeka phambili izingane, imfuyo, nempahla yabo.


U-Israyeli namaFilisti bayihlela impi yabo ukuze batholane phezulu.


U-Uriya wafika kuye, uDavide wayesebuza ukuthi unjani uJowabe, nokuthi impi ihamba kanjani.


UMose waphuma ukuyomhlangabeza umukhwe wakhe, wakhothama, wamanga, babuzana impilo, base bengena ethendeni.


UDavide wathumela izinsizwa ezilishumi, wathi kuzo: “Khuphukelani eKharmeli, niye kuNabali, nifike ningikhonzele kuye,


UDavide wafika kulabo abangama-200 abangakwazanga ukumlandela ngenxa yokukhathala, wayebashiye ngasemfudlaneni iBhesori; baphuma bayohlangabeza uDavide nabantu ababenaye. UDavide wasondela kubo, wababingelela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite