Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:21 - IsiZulu 2020

21 U-Israyeli namaFilisti bayihlela impi yabo ukuze batholane phezulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 U-Israyeli namaFilisti bahlela impi, babhekana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 U-Israyeli namaFilisti bamisa impi, impi ibhekene nempi;

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:21
4 Referans Kwoze  

UDavide wavuka ekuseni ngovivi, washiya izimvu kumlindi, wathatha ayekuthunyiwe, wangena indlela, njengalokhu uJese emyalile. Wafika enqabeni ngesikhathi impi iphuma ukuyozihlela, kusakhuzwa iziqubulo.


UDavide wayishiya impahla yakhe kumlindi wempahla, wagijimela empini, wabingelela abafowabo wababuza impilo.


Igama laleyo ndoda kwakungu-Elimelekhi, umkayo kunguNawomi, amadodana ayo amabili kunguMahaloni noKhiliyoni; babengama-Efratha aseBhethlehema kwaJuda. Bafika kwaMowabi bahlala khona.


AmaFilisti azihlela ukuze atholane phezulu no-Israyeli. Impi yabambana kwashunqa uthuli isikhathi eside. AmaFilisti amnqoba u-Israyeli, kwasala enkundleni abantu ababalelwa ezi-4 000.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite