Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:19 - IsiZulu 2020

19 USawule nabo bonke abakwa-Israyeli babesesigodini i-Ela, belwa namaFilisti.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 USawule nabo bonke abantu bakwa-Israyeli base besesigodini sase-Ela, belwa namaFilisti.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 USawuli, labo kanye lawo wonke amadoda akoIsrayeli babesesigodini seEla, balwa lamaFilisti.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:19
3 Referans Kwoze  

Uphathele induna yenkulungwane lawa makhekheba kashizi. Ubheke ukuthi basaphila kahle yini abafowenu, ungibuyele nobufakazi.”


UDavide wavuka ekuseni ngovivi, washiya izimvu kumlindi, wathatha ayekuthunyiwe, wangena indlela, njengalokhu uJese emyalile. Wafika enqabeni ngesikhathi impi iphuma ukuyozihlela, kusakhuzwa iziqubulo.


USawule no-Israyeli babuthana, bakanisa esigodini i-Ela, impi bayihlela ngezigaba zayo ukuze ibhekane neyamaFilisti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite