Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 16:20 - IsiZulu 2020

20 UJese wathatha imbongolo wayethwesa isinkwa, imvaba yewayini nezinyane lembuzi, wakuthumela kuSawule, ekuphathise uDavide.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 UJese wathatha imbongolo ithwele isinkwa, nemvaba yewayini, nezinyane lembuzi, wakuthuma kuSawule ngesandla sikaDavide indodana yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 UJese wathatha imbongolo, ithweswe isinkwa, nesaka lewayini, nezinyane lembuzi, wakuthuma kuSawule ngoDavide indodana yakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 16:20
8 Referans Kwoze  

Isipho somuntu simvulela iminyango, simphendlele indlela kwabakhulu.


Kepha abantu abakhohlakele, bathi: “Uyakusisindisa kanjani lona na?” Bambukela phansi, abaze bamnika sipho, kodwa wazithulela nje.


Uphathele induna yenkulungwane lawa makhekheba kashizi. Ubheke ukuthi basaphila kahle yini abafowenu, ungibuyele nobufakazi.”


U-Abhigayili waphangisa, wathatha izinkwa ezingama-200, izimvaba ezimbili zewayini, nezimvu eziyisihlanu ezilungisiweyo, amaseya ayisihlanu otshwele, izigaxa eziyikhulu zezithelo zomvini ezomileyo, nezigaxa ezingama-200 zamakhiwane, wakukhweza ezimbongolweni.


Uyise u-Israyeli wathi kubo: “Uma kunjalo, yenzani lokhu: thathani okwekhethelo okuvela emhlabathini lapha, nikufake emasakeni enu, nifike nikuphe lowo muntu: ingcosana yebhalisamu, uju, amakha, inhlaka, amantongomane, nama-alimondi,


Bayokubingelela, bakunike izinkwa ezimbili oyakuzamukela ezandleni zabo.


USawule wayesethumela izithunywa kuJese, wathi: “Mthumele kimi uDavide, indodana yakho esezimvini.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite