Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 15:4 - IsiZulu 2020

4 USawule wabiza abantu wababuthela eThelayimi; babeyizi-200 000 zemigundatshani nezi-10 000 zabantu bakwaJuda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 USawule wayesebiza abantu, wababala eThelayimi, izinkulungwane ezingamakhulu amabili zemigundatshani nezinkulungwane eziyishumi zabantu bakwaJuda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 USawule wabiza abantu, wababala eThelayimi, izinkulungwane ezingamakhulu amabili zemigundatshani nezinkulungwane eziyishumi zakwaJuda.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 15:4
5 Referans Kwoze  

iZifi, iTheleme, iBhehalothi,


USamuweli wayesesuka wakhuphuka eGiligali, waya eGibheya kwaBhenjamini. USawule wabala abantu ababesasele naye, babecishe babe ngama-600.


Wabahlela eBhezeki; abakwa-Israyeli babeyizi-300 000; abakwaJuda beyizi-30 000.


USawule wafika emzini wama-Amaleki, wawacuthela esigodini.


Inkosi uJehoramu yahlanganisa wonke u-Israyeli ngalolo lusuku, yaphuma eSamariya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite