Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 15:31 - IsiZulu 2020

31 USamuweli wabuyela emuva, walandela uSawule; uSawule wakhuleka kuSimakade.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 USamuweli wabuya, wamlandela uSawule; uSawule wakhuleka kuJehova.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

31 USamuweli wabuya, walandela uSawule; uSawule wakhuleka kuJehova.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 15:31
4 Referans Kwoze  

Wayesethi uSawule: “Impela ngonile, kodwa ake ungituse manje phambi kwamalunga abantu bami naphambi kuka-Israyeli, ubuye nami ukuba ngikhuleke kuSimakade uNkulunkulu wakho.”


USamuweli wayesethi: “Mletheni kimi u-Agagi, inkosi yama-Amaleki.” U-Agagi wafika kuye eboshiwe. U-Agagi wathi: “Impela umunyu wokufa usudlulile.”


USamuweli wathi kuSawule: “Angiyukuhamba nawe, ngokuba uledelele izwi likaSimakade, noSimakade ukulahlile, awuseyukuba yinkosi ebusa u-Israyeli.”


UDavide wayesesukuma emhlabathini, wageza, wazigcoba, waphendulela izingubo zakhe, wangena endlini kaSimakade wakhothama, wakhuleka. Wayeseya endlini yakhe wacela ukudla, bakubeka phambi kwakhe, wadla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite