Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 14:5 - IsiZulu 2020

5 Olunye ugedla lwesiwa lwalugebele ngasenyakatho, phambi kweMikhimashi, olunye ngaseningizimu, phambi kweGebha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Olunye ugedla lwaluphakeme ngasenyakatho phambi kweMikimashi, nolunye ngaseningizimu phambi kweGeba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ingaphambili lelinye lalibheke ngasenyakatho ngaseMigimasi, nelinye ngaseningizimu ngaseGibeya.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 14:5
10 Referans Kwoze  

UJonathani wabhubhisa ibutho lamaFilisti elalikanise eGebha, amaFilisti ezwa ngalokho. USawule wabetha icilongo ezweni lonke, wathi: “AmaHebheru mawezwe!”


Ibutho lamaFilisti laphuma, laya ngasentubeni eMikhimashi.


Phakathi kwezikhala uJonathani ayefuna ukucusha kuzo aye ngaphesheya, agasele ibutho lamaFilisti, kwakunogedla lwesiwa ngapha nangapha. Igama lesinye kwakuthiwa yiBhozezi, esinye kuthiwa yiSene.


UJonathani wathi odibini lwakhe: “Woza siwelele ngaphesheya, siye ebuthweni labangasokile, mhlawumbe uSimakade uzosisiza, ngokuba akukho okungamthiya ukuba asindise, kungaba ngabaningi noma ngabayingcosana.”


Ngalo lolo suku babulala amaFilisti kusukela eMikhimashi kuze kube se-Ajaloni. Abantu baphelelwa ngamandla ngokwedlulele.


waqoka abantu abayizi-3 000 kwa-Israyeli. Abayizi-2 000 baba noSawule eMikhimashi nasentabeni eBhethele, inkulungwane yaba noJonathani eGibheya kwaBhenjamini. Abanye abantu wabaphindisela emuva, kwaba yilowo nalowo waya ethendeni lakhe.


USamuweli wambuza, wathi: “Wenzeni na?” USawule wathi: “Kuthe ukuba ngibone ukuthi abantu sebeyahlakazeka, bayangishiya, nokuthi nawe awufiki ngesikhathi obusinqumile, namaFilisti abuthene eMikhimashi,


uJibhari, u-Elishama, u-Elifelethi,


Liyeza i-Ayi, ledlula eMigroni; lethula impahla yalo eMikhimashi,


badlula entubeni, ebusuku bahlala eGebha; iRama liyathuthumela, iGibheya likaSawule lithi galo yephuka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite