Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 14:10 - IsiZulu 2020

10 Kepha uma bethi: ‘Yenyukelani kithi,’ siyakwenyuka, ngokuba uSimakade uyakubanikela esandleni sethu; lokho kuyakuba yisibonakaliso kithi.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kepha uma bethi: ‘Yenyukelani kithi,’ siyakwenyuka, ngokuba uJehova ubanikele esandleni sethu; lokhu kuyakuba yisibonakaliso kithi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kepha uma besho njalo ukuthi: ‘Khuphukelani kithi; siyakukhuphuka, ngokuba uJehova uwanikele esandleni sethu, lokhu kuyakuba yisibonakaliso kithi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 14:10
8 Referans Kwoze  

Sengathi intombi engiyokuthi kuyo: ‘Ngicela uke uyethule imbiza yakho, ungiphuzise,’ iphendule ithi: ‘Phuza, futhi ngizowaphuzisa namakameli akho,’ kungaba yileyo oyimisele inceku yakho u-Isaka. Ngalokho ngiyoqiniseka ukuthi uyenzele isihawu inkosi yami.”


Kuyakuthi lapho zonke lezo zinto usuzibonile, uyokwenza konke isandla sakho esikufumanayo, ngokuba uNkulunkulu unawe.


uyokuzwa abakushoyo, emveni kwalokho uyakuqina idolo, wehlele enkanjini.” Wahamba noPhura, inceku yakhe, waya emaphethelweni alabo abahlomile ababesenkanjini.


UGideyoni wayesethi kuNkulunkulu: “Ukuze ngibone ukuthi uyakumkhulula yini u-Israyeli ngesandla sami njengoba ushilo;


Uma bethi kithi: ‘Hlalani size sifike kini,’ siyakuma endaweni yethu, singenyukeli kubo.


Wathi: “Ngizokuba nawe. Lesi kuyakuba yisibonakaliso sokuthi ngikuthumile: uma usubakhiphile abantu eGibhithe, niyakumkhonza uNkulunkulu kule ntaba.”


U-Izaya wathi: “Nasi-ke isibonakaliso sakho esivela kuSimakade: uSimakade uzokwenza lokho akushilo. Isithunzi siyakuya phambili izinyathelo, noma sihlehle izinyathelo ezilishumi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite