Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 13:8 - IsiZulu 2020

8 USawule wahlala izinsuku eziyisikhombisa, okuyisikhathi uSamuweli ayemnqumele sona, kodwa uSamuweli akafikanga eGiligali. Abantu base beqala ukuhlakazeka bemshiya uSawule.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wahlala izinsuku eziyisikhombisa njengesikhathi esimisiwe nguSamuweli, kepha uSamuweli akafikanga eGiligali; abantu bahlakazeka kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wahlala izinsuku eziyisikhombisa njengesikhathi esinqunyiweyo uSamuweli; kepha uSamuweli akafikanga eGiligali; abantu basebehlakazeka besuka kuye.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 13:8
2 Referans Kwoze  

“Uyohamba phambi kwami uye eGiligali, bheka ngizokuza kuwe ukuze nginikele ngeminikelo yokushiswa, ngihlabe imihlatshelo yokuthula. Uyohlala izinsuku eziyisikhombisa, ngize ngifike lapho ukhona, ngikutshele oyakukwenza.”


U-Amasa wahamba wamqoqa uJuda, kodwa wathatha isikhathi eside kunaleso ayesinqunyelwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite