Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 1:7 - IsiZulu 2020

7 U-Elikhana wayenza kanjalo minyaka yonke, uma enyukele endlini kaSimakade. UPhenina wayemchukuluza njalo uHana, ngakho-ke wakhala, akaze adla lutho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwathi ukuba u-Elkana enze njalo iminyaka ngeminyaka, lapho enyukela endlini kaJehova, wamncokoloza kanjalo; ngalokho wakhala, akadlanga lutho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wenza kanjalo iminyaka ngeminyaka, lapho enyukela endlini kaJehova, wamdlalisa kanjalo; ngalokho wakhala, akadlanga.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 1:7
7 Referans Kwoze  

Unina wayemenzela ijazi minyaka yonke, kuthi lapho enyuka nomyeni wakhe ukuyokwenza umhlatshelo waminyaka yonke, amphathele lona.


Isitha sakhe sasimchukuluza ukuze simthukuthelise, ngokuba uSimakade wayesivalile isibeletho sakhe.


U-Elikhana umyeni wakhe, wathi kuHana: “Hana, ukhalelani na? Awudli ngani? Inhliziyo yakho idabukiswe yini na? Kanti angedluli yini kuwe amadodana alishumi na?”


Umphefumulo wami udangele, wabunisa okotshani, inhliziyo yami imnyama, ukudla akusangeni.


kwafika amadoda angama-80 evela eShekhemi, eShilo, naseSamariya egunde izilevu zawo, nezingubo zawo ziklejuliwe, nawo ezisikile uqobo, ephethe ngezandla zawo iminikelo yokusanhlamvu nempepho ukuzokunikela endlini kaSimakade.


UHana wakhuleka wathi: “Inhliziyo yami iyethaba kuSimakade, uSimakade ungiqinisile, manje nginempendulo ezitheni zami, ngiyathokoza, ngokuba ungikhululile.


Ngenxa yokugqiha kwami, ngibubula, amathambo ami asenamathele esikhumbeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite