Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 1:13 - IsiZulu 2020

13 UHana wayekhuluma ngenhliziyo engaphumiseli mazwi ngomlomo, kwakunyakaza izindebe zomlomo kuphela. Ekubona lokho u-Eli, wacabanga ukuthi udakiwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UHana wayekhuluma enhliziyweni yakhe, kwabikizela izindebe zakhe zomlomo kuphela, kepha izwi lakhe lalingezwakali; ngalokho u-Eli wacabanga ukuthi udakiwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UHana wakhuluma enhliziyweni yakhe; kwanyakaza izindebe zomlomo wakhe kuphela, kepha izwi lakhe lalingezwakali; ngalokho u-Eli wacabanga ukuthi udakiwe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 1:13
8 Referans Kwoze  

Ngokunjalo noMoya uyasisiza ebuthakathakeni bethu, ngokuba asikwazi esifanele ukukucela, kodwa uMoya uqobo uyasinxusela ngokububula okungakhulumeki ngamazwi.


Kepha abanye bababhuqa, bethi: “Badakwe yiwayini elimnandi.”


USimakade Wamabandla uyakubavikela, bayakudla, banyathele amatshe endwayimane. Bayakuphuza igazi labo njengewayini, bagcwale baphuphume njengesitsha sigcwele, nanjengamakhona e-althare.


Simakade, ngiphakamisela kuwe umphefumulo wami.


lusibekela zonke izinto, lukholwa yizinto zonke, lubekezelela izinto zonke.


Inkosi yathi kimi: “Ukhala ngani na?” Ngase ngikhuleka kuNkulunkulu wezulu.


Kwathi esaqhubeka nokukhuleka phambi kukaSimakade, u-Eli wawuqaphela umlomo wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite