Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kwabaseKorinte 12:1 - IsiZulu 2020

1 Bazalwane, maqondana neziphiwo zokoMoya, angithandi ukuba ningazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kepha maqondana neziphiwo zokomoya angithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kepha mayelana nezipho zomoya, bazalwane, angithandi ukuba ningazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kepha mayelana nezipho zomoya, bazalwane, angithandi ukuba ningazi.

Gade chapit la Kopi




1 kwabaseKorinte 12:1
9 Referans Kwoze  

Uma umuntu ethi ungumphrofethi, noma ethi unesiphiwo somoya, makakuqonde kahle lokhu enginilobele khona ukuthi kungumyalo weNkosi.


NguYena futhi owanika abanye ukuba babe ngabaphostoli, abanye abaphrofethi, abanye abavangeli, abanye abelusi nabafundisi,


Bathandekayo, nize ningakhohlwa yilokhu okukodwa qwaba, ukuthi usuku lunye eNkosini lunjengeminyaka eyinkulungwane, nokuthi iminyaka eyinkulungwane injengosuku lunye.


Kepha asithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi ngabalalayo, ukuze ningadabuki njengabanye abangenalo ithemba.


Bazalwane, asithandi ukuba ningazi ngosizi lwethu olwasehlela e-Asiya, ukuthi sabhekana nobunzima obungaphezu kwamandla ethu, saze salahlekelwa nayithemba lokuphila.


Angithandi bazalwane, ukuba ningazi ukuthi okhokho bethu bonke babephansi kwefu, bonke badabula olwandle,


Angithandi bazalwane, ukuba ningazi ukuthi kukangakanani ngihlela ukuza kini, kodwa ngithiyeka kuze kube manje ukuba nakini ngibe nesithelo phakathi kwenu njengalokhu nginaso kwezinye izizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite