Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 6:8 - IsiZulu 2020

8 Kepha masaneliswe uma sinokudla nokokwembatha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 kepha uma sinokudla nezambatho, asaneliswe yikho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Futhi sinokudla nezambatho masaneliswe yikho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Futhi sinokudla nezambatho masaneliswe yikho.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 6:8
12 Referans Kwoze  

siphe namuhla isinkwa sethu semihla ngemihla;


UJakobe wenza isifungo, wathi: “Uma uNkulunkulu ezoba nami, angivikele kulolu hambo lwami, angiphe ukudla nokokwembatha,


“USimakade uNkulunkulu wakho ukubusisile emsebenzini wonke wesandla sakho. Ukwazile ukuhamba kwakho kuleli hlane elikhulu, nakule minyaka engama-40, uSimakade uNkulunkulu wakho ube nawe, aweswelanga lutho.


Wambusisa uJosefa, wathi: “UNkulunkulu abahambe phambi kwakhe okhokho bami o-Abhrahama no-Isaka, uNkulunkulu obe ngumelusi wami yonke impilo yami kuze kube namuhla.


Akusikho ukuthi ngikusho lokhu ngokuba ngeswele, kodwa mina ngifundile ukweneliswa noma ezimeni ezinjani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite