Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 6:21 - IsiZulu 2020

21 okuthe lapho abanye bekwamukela, baphambuka ekukholweni. Umusa mawube nani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 okuthi abanye bekuvuma, baduka ekukholweni. Umusa mawube nani.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Okuthi abanye abakuvumayo baduka ekukholweni. Umusa mawube nawe. Amen. (Eyokuqala eya kuThimothewu yabhalwa iseLawodikeya, okuyidolobha elikhulu kunawo wonke eFrigia Pacatiana.)

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Okuthi abanye abakuvumayo baduka ekukholweni. Umusa mawube nawe. Amen. (Eyokuqala eya kuThimothewu yabhalwa iseLawodikeya, okuyidolobha elikhulu kunawo wonke eFrigia Pacatiana.)

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 6:21
13 Referans Kwoze  

abaphambukileyo eqinisweni, bethi ukuvuka kwabafileyo sekwedlulile, futhi bachitha ukholo lwabanye.


unokukholwa nonembeza omuhle, abanye abakulahlile, bafelwa ngumkhumbi wabo wokukholwa,


Lo mkhonzo ngiwubhale ngesandla sami, mina Pawula. Khumbulani izibopho zami. Umusa mawube nani.


Umusa mawube nani nonke. Amen.


Bonke abanami bayakhonza kuwe. Khonza kwabasithandayo ekukholweni. Umusa mawube nani nonke.


INkosi mayibe nomoya wakho. Umusa ube nani.


ngokuba ukuthanda imali kuyimpande yabo bonke ububi. Abanye ngokuyifisa kwabo bahlubuka ekukholweni, bazigwaza ngeminjunju eminingi.


Abanye baphaphalazile kulokho, baphambukela ekukhulumeni okuyize,


Uyakhonza kini uGayu ongingenise kwakhe, mina nebandla lonke. Uyakhonza kini u-Erastu, umphathisikhwama womuzi, noKwartu, umzalwane.


Kepha uNkulunkulu wokuthula uzakumchoboza masinyane uSathane phansi kwezinyawo zenu. Umusa weNkosi yethu uKhristu mawube nani.


kubo bonke abathandiweyo bakaNkulunkulu abaseRoma, ababizwa ngabangcwele: makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Khristu.


ungasingenisi ekulingweni, kodwa usikhulule kokubi; ngokuba umbuso ungowakho, namandla, nenkazimulo, kuze kube phakade. Amen.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite