Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 5:16 - IsiZulu 2020

16 Uma owesifazane okholwayo enezihlobo ezingabafelokazi ngempela, makazisize; ibandla lingasindwa, ukuze lisize abafelokazi boqobo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Uma owesifazane okholwayo enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa, ukuze lisize abafelokazi boqobo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Uma okholwayo owesilisa noma owesifazane enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa; ukuze lisize abangabafelokazi isibili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Uma okholwayo owesilisa noma owesifazane enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa; ukuze lisize abangabafelokazi isibili.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 5:16
4 Referans Kwoze  

Kodwa uma umuntu engabondli abakubo, ikakhulu abomndeni wakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi ukwedlula nongakholwa.


Umfelokazi obegane indoda eyodwa makangafakwa esibalweni uma engakabi neminyaka engama-60.


Kufanele ukuba aziwe ngemisebenzi emihle, njengalowo okhulise kahle abantwana, obe nokuphana ezihambini, ogeze izinyawo zabangcwele, osize abahluphekayo, futhi ozinikele ekwenzeni yonke imisebenzi emihle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite