Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 5:12 - IsiZulu 2020

12 ngakho-ke bathole icala, ngokuba besaphulile isithembiso sabo sokuqala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 banokulahlwa, ngokuba bechithile ukukholwa kwabo kokuqala.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 belahlwa, ngoba belahlile ukholo lwabo lokuqala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 belahlwa, ngoba belahlile ukholo lwabo lokuqala.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 5:12
8 Referans Kwoze  

Bazalwane bami, iningi lenu malingabi ngabafundisi, ngokuba niyazi ukuthi siyakwemukeliswa ukwehlulelwa okunzima.


Ngiyamangala ukuthi senimhlubuke ngokushesha okungaka owanibiza ngomusa kaKhristu, nina-ke seniya kwelinye ivangeli.


Manje sekuyisikhathi sokuba ukwehlulela kuqale endlini kaNkulunkulu, kepha uma kuqala kithi, siyakubanjani isiphetho salabo abangalilaleli ivangeli likaNkulunkulu na?


Uma omunye elambile, makadle ekhaya ukuze ningabuthaneli ukulahlwa. Okunye-ke okuseleyo, sengiyokulungisa mhla ngifika lapho.


Kepha abafelokazi abasebasha ungabafaki ohlwini, ngokuba uma sebeshiswa yinkanuko bayamdela uKhristu, bafune ukugana,


Phezu kwalokho, bafunda ukuvilapha, baphuma bengena izindlu ngezindlu; abagcini nje ngokuvilapha, kodwa bayahleba, bazigaxe kokungesikho okwabo, bakhulume okungafanele.


U-Israyeli ukwenqabile okuhle; isitha siyakumxosha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite