Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 5:11 - IsiZulu 2020

11 Kepha abafelokazi abasebasha ungabafaki ohlwini, ngokuba uma sebeshiswa yinkanuko bayamdela uKhristu, bafune ukugana,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kepha abafelokazi abasha ubenqabe; ngokuba uma sebetamasile bedela uKristu, bafuna ukugana;

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Kepha abafelokazi abasha ubala;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kepha abafelokazi abasha ubala;

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 5:11
13 Referans Kwoze  

Ngakho-ke ngiyabayala abafelokazi abasebasha ukuba bagane, bazale izingane, banakekele indlu yabo, ukuze bangasiniki isitha ithuba lokuthuka.


Basutha ngokwamadlelo abo, kuthe sebesuthi bazigqaja, base bengikhohlwa Mina.


Nibusile emhlabeni, natamasa, izinhliziyo zenu nazondla ngosuku lokuhlaba.


USimakade wathi: “Ngenxa yokuziphakamisa kwamadodakazi aseZiyoni, ahamba elule izintamo, ecwayizisa amehlo, eshayela phezulu, ekhencezisa amadavathi ezinyawo zawo;


kube ngangalokho elizidumise latamasa ngakho, ligidlabezeni ngokuhlupheka nokulila. Ngokuba enhliziyweni yalo lithi: ‘Ngihleli ngiyindlovukazi, angisiye umfelokazi, futhi angisoze ngakubona ukulila.’


Ngokuba bakhuluma udwadwa, kuthi ngamazwi ayize, bayenge ngezinkanuko zenyama nangamanyala adlangileyo, labo abasanda kuphunyuka kulabo abaphambukileyo.


Umfelokazi obegane indoda eyodwa makangafakwa esibalweni uma engakabi neminyaka engama-60.


Benqabela ukuganana, bethi akuzilwe ukudla okwadalwa nguNkulunkulu ukuba kwamukelwe, ngokubonga yibo bonke abakholwayo nabalaziyo iqiniso.


“UJeshuruni wakhuluphala, wayesekhahlela; usekhuluphele, uzimukile, futhi uchachambile. Wamshiya uNkulunkulu owamenza, waledelela iDwala lensindiso yakhe.


ngakho-ke bathole icala, ngokuba besaphulile isithembiso sabo sokuqala.


Ngokuba zonke izizwe ziliphuzile iwayini lezinkanuko nobufebe balo, amakhosi omhlaba afebe nalo, nabahwebi bomhlaba bacebile ngengcebo yokutamasa kwalo.”


“Amakhosi omhlaba, lawo ayefeba atamasa nalo, ayakukhala alile ngenxa yalo, lapho ebona intuthu yalo lisha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite