Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




U-Ezra 4:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wabaqasha abeluleki ukuba bachithe icebo labo, zonke izinsuku zikaKoresi, inkosi yasePheresiya, kwaze kwaba sekubuseni kukaDariyu inkosi yasePheresiya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 babaqashela abeluleki, bashafisa amasu abo zonke izinsuku zikaKoresi, inkosi yasePheresiya, kwaze kwaba sekubuseni kukaDariyu inkosi yasePheresiya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Zafumbathisa izikhulu ukuba zimelane nesu labo ngesikhathi sokubusa kukaKhoresi, inkosi yasePheresiya, kwaze kwaba ngesokubusa kukaDariyu, inkosi yasePheresiya.

Gade chapit la Kopi




U-Ezra 4:5
9 Referans Kwoze  

Kuphume kuwe oceba okubi ngoJehova, umeluleki omubi.


Kodwa ilihlo likaNkulunkulu wabo laliphezu kwabadala bamaJuda, ukuthi kabazange bawayeke kuze kufike udaba kuDariyu; basebephendula ngencwadi ngaloludaba.


Khona-ke umsebenzi wendlu kaNkulunkulu eseJerusalema wema. Waphela kwaze kwaba ngumnyaka wesibili wokubusa kukaDariyu inkosi yasePheresiya.


Wenza okubi emehlweni kaJehova njengendlu ka-Ahabi, ngokuba bona baba ngabacebisi bakhe emva kokufa kukayise waze wachithwa.


Abantu bezwe babenza buthakathaka izandla zabantwana bakwaJuda, babaphazamisa ngesakhiwo;


Kwathi ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, bamlobela incwadi yecala kwabakhileyo kwaJuda naseJerusalema.


Kepha umbusi wombuso wasePheresiya wamelana nami izinsuku ezingamashumi amabili nanye; kodwa bheka, uMikayeli, omunye wezikhulu, ufikile ukungisiza; ngahlala lapho namakhosi asePheresiya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite