U-Amose 9:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Noma becasha esiqongweni seKarmeli, ngiyakubaphenya, ngibasuse; noma becashile ebusweni bami phansi kolwandle, ngiyakuyala inyoka lapho, ibalume. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Noma becasha esiqongweni saseKarmeli, ngiyakubafunisisa, ngibakhiphe khona; nakuba befihlekile emehlweni ami phakathi kolwandle, ngiyakuyala inyoka ukuba iphume khona, ibalume. Gade chapit laIsiZulu 20203 Noma bangacasha esiqongweni seKharmeli, ngiyakubathungatha, ngibabambe. Noma bangazifihla ekujuleni kolwandle ngingababoni ngawami amehlo, kodwa nakhona lapho ngiyakujuba inyoka ibalume. Gade chapit la |