Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




U-Amose 7:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngasengisithi: Nkosi Jehova, yima! uJakobe uyakusukuma ngobani na? ngoba mncane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngase ngithi: “Nkosi Jehova, mawuyeke; uJakobe uyakuma kanjani, ngokuba mncane.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngase ngithi: “Nkosi Simakade, ake uyeke; uyakuma kanjani uJakobe ngokuba mncane?”

Gade chapit la Kopi




U-Amose 7:5
9 Referans Kwoze  

Phenduka, Nkulunkulu wensindiso yethu, luphele ulaka lwakho kithi.


Abapristi, izinceku zikaJehova, mabakhale phakathi kompheme ne-altare, bathi: ‘Hawukela abantu bakho, Jehova, unganikeli ifa lakho libe yihlazo, ukuze abezizwe babuse phezu kwabo; bangasho ngani phakathi kwabantu ukuthi: “Uphi uNkulunkulu wabo na?


Futhi kubo kuyophuma ukubonga nezwi labajabulayo; ngiyakubandisa, bangabi yingcosana; futhi ngizobakhazimulisa, futhi ngeke badelelwe.


Ngoba kusezakuba yisikhathi esifitshane kakhulu, njalo ulaka luzaphela, lolaka lwami ekubhujisweni kwabo.


Ukube uJehova Sebawoti ubengasishiyelanga insali encane, ngabe sifana neSodoma, sifana neGomora.


Ngoba ngubani odelele usuku lwezinto ezincane? ngokuba bayakujabula, babone intambo yomthofu wokumisa esandleni sikaZerubabele nalezi eziyisikhombisa; bangamehlo kaJehova agijima emhlabeni wonke.


Xolela ububi balaba bantu ngokobukhulu bomusa wakho, njengalokho ubathethelele laba bantu kusukela eGibithe kuze kube manje.


Kwathi besawabulala, mina ngisalile, ngawa ngobuso bami, ngakhala, ngathi: “Awu, Nkosi Jehova! Uyakuchitha yonke insali yakwa-Israyeli ngokuthulula ulaka lwakho phezu kweJerusalema na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite