Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




U-Amose 3:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ingonyama ingabhonga yini ehlathini, ingenampango? Ibhongo lengonyama liyakhala emphandwini walo uma lingabambanga lutho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ingonyama iyabhodla ehlathini, ingenampango, na? Ibongo lengonyama liyezwakalisa izwi lalo emphandwini walo, uma lingabambanga lutho, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ibhubesi lingabhodla yini ehlathini uma lingabambe nyamazane na? Ibhongo lengonyama lingagwavuma yini uma lingabambe lutho na?

Gade chapit la Kopi




U-Amose 3:4
7 Referans Kwoze  

Bayakulandela uJehova; Ubhodla njengengonyama; uma Ebhonga, abantwana basentshonalanga bayathuthumela.


Amabhongo ezingonyama abhongela impango yawo, afuna ukudla kwawo kuNkulunkulu.


Wathi: “UJehova uyakubhonga eseSiyoni, aphakamise izwi lakhe eJerusalema; amadlelo abelusi ayakulila, nesiqongo seKarmeli sibune.


Ingonyama ibhongile, ngubani ongayikwesaba na? iNkosi uJehova ikhulumile, ngubani ongayikuprofetha na?


Ngokuba ngiyoba njengengonyama ku-Efrayimi nanjengebhongo lengonyama endlini kaJuda; nami ngiyakuklebhula, ngimuke; ngiyakususa, akakho oyomsindisa.


Ababili bangahamba ndawonye bengavumelananga yini?


Inyoni ingawela yini ogibeni emhlabeni, lapho ingekho umjibila? Umuntu angabamba ugibe emhlabeni, abambe lutho na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite