Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




U-Amose 2:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwa-Israyeli, ngenxa yezine, angiyikuguquka; ngokuba bathengisa olungileyo ngesiliva, nabampofu ngezicathulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwa-Israyeli, yebo, ngenxa yezine, angiyikuguquka, ngokuba bathengisile olungileyo ngesiliva, nompofu ngamabhangqa ezicathulo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Usho kanje uSimakade uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zabakwa-Israyeli, impela, ngenxa yezine, angiyukuguquka, ngokuba bathengise olungileyo ngesiliva, nompofu ngezimbadada ezimbili.

Gade chapit la Kopi




U-Amose 2:6
21 Referans Kwoze  

Benza inkatho phezu kwabantu bami; wanika isifebe indodana, wathengisa ngentombazane ukuze aphuze iwayini.


Abantwana bakwaJuda nabantwana baseJerusalema bathengisa ngani kumaGreki ukuba awasuse kude nemingcele yawo.


Owenza umuntu abe yisiphambeko ngenxa yezwi, ambekele ugibe osolayo esangweni, nolungileyo aphambukele ize.


Ngoba kabalilalelanga ilizwi le Nkosi uNkulunkulu wabo, kodwa basephula isivumelwano sakhe lakho konke uMozisi inceku ye Nkosi ayekuyale ngakho, kabalalelanga, kabakwenzanga.


Inkosi yase-Asiriya yamukisa u-Israyeli e-Asiriya, yababeka eHala naseHabori ngasemfuleni iGoshani nasemizini yamaMede.


Ngakho-ke bheka, ngishaye isandla sami phezu kwenzuzo yakho embi oyenzile, naphezu kwegazi lakho eliphakathi kwakho.


Ukuphambukisa abaswelayo esandleni sokunene, lokuthatha ilungelo kwabahluphekayo babantu bami, ukuze abafelokazi babe yimpango yabo, lezintandane ziphangwe!


ezibanikazi bazo abazibulalayo, bazenze zingenacala; nabathengisa ngazo bathi: “Makabongwe uJehova! ngoba ngicebile, abelusi bazo kabanamusa kuzo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite