Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




U-Amose 2:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngiyakunquma umahluleli kuyo, ngibulale zonke izikhulu zayo kanye naye,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngiyakunquma umahluleli phakathi kwakhe, ngibulale zonke izikhulu zakhe kanye naye,” usho uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngiyakuqeda nya ngomehluleli wakhona, ngibulale zonke izikhulu zakhe kanye naye,” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi




U-Amose 2:3
10 Referans Kwoze  

Ngokuba ngenxa yokuthi nathembela emisebenzini yenu nasengcebweni yenu, nani niyoboshwa; futhi uKemoshi uyophuma aye ekudingisweni kanye nabapristi bakhe nezikhulu zakhe.


Ngiyakumbona, kodwa hhayi manje; Ngiyakumbona, kodwa hhayi eduze; kuyakuvela inkanyezi kuJakobe, nentonga yobukhosi iyakwenyuka kwa-Israyeli, ishaye imikhawulo yakwaMowabi, nabo bonke abantwana bakwaSheti.


Uphondo lukaMowabi lunqunyiwe, nengalo yakhe yaphukile,” usho uJehova.


Ichitha izikhulu; Ubenza ize abahluleli bomhlaba.


Hlakaniphani manje, nina makhosi, nilaywe nina bahluleli bomhlaba.


Uthela indelelo phezu kwezikhulu, athothise amandla amaqhawe.


Lapho abahluleli babo bechithwa ezindaweni zamatshe, bayakulalela amazwi ami; ngoba zimnandi.


Wena ophendula ukwahlulela kube ngumhlonyane, umise ukulunga emhlabeni,


Ngokuba ngiyazazi iziphambeko zenu eziningi nezono zenu ezinamandla;


Amahhashi agijima edwaleni na? Umuntu angalima lapho ngezinkabi na? ngokuba niphendule ukwahlulela kube yinyongo, nesithelo sokulunga sibe ngumhlambi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite