Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZefaniya 3:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngalolo suku kuyothiwa kulo iJerusalema: “Ungesabi, nakulo iSiyoni: Mazingadangali izandla zakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngalolo suku kuyakuthiwa kulo iJerusalema: “Ungesabi, Siyoni! Izandla zakho mazingadangali.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ngalolo lusuku kuyakuthiwa kulo iJerusalema: “Ungesabi, Ziyoni! Izandla zakho mazingayethi.

Gade chapit la Kopi




UZefaniya 3:16
21 Referans Kwoze  

Ngakho-ke phakamisani izandla eziwileyo namadolo axegayo;


Masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.


wabekezela, wabekezela, ngenxa yebizo lami wakhandleka, kawuphela amandla.


Ngakho-ke ngiyathanda ukuba ningadangali ngokuhlushwa kwami ngenxa yenu, okungudumo lwenu.


Usho kanje uJehova owakudalayo, wakubumba kwasesiswini, yena oyakusiza; Ungesabi, Jakobe, nceku yami; nawe Jeshuruni, engikukhethileyo.


Ningesabi; ngoba mina nginani; ningethuki; ngoba nginguNkulunkulu wenu; Ngizokuqinisa; yebo, ngizokusiza; yebo, ngiyakusekela ngesandla sokunene sokulunga kwami.


O Siyoni, oletha izindaba ezinhle, khuphuka intaba ende; Jerusalema, oletha izindaba ezinhle, phakamisa izwi lakho ngamandla; liphakamise, ungesabi; yisho emizini yakwaJuda ukuthi: ‘Nangu uNkulunkulu wenu!


Ngangomuso izixuku eziningi ezazize emkhosini zizwa ukuthi uJesu uyeza eJerusalema;


Ngakho nami ngacabanga ngalezo zinsuku ukwenzela iJerusalema nendlu kaJuda okuhle; Ungesabi.


Ningesabi; ngoba kawuyikujabha, njalo kawuyikuma lenhloni; ngokuba uyakukhohlwa ihlazo lobusha bakho, ungabe usalikhumbula ihlazo lobufelokazi bakho.


Bheka, ufundisile abaningi, waqinisa izandla ezibuthakathaka.


Ngakho lokhu sinale nkonzo, njengokuba sihawukelwe, asidangali;


Futhi kuyothiwa ngalolo suku: Bheka, lo nguNkulunkulu wethu; simlindile, futhi uzosikhulula. NguJehova; silindele yena, sithokoze, sithokoze ngensindiso yakhe.


Ungesabi, zwe; jabula ujabule, ngokuba uJehova uyakwenza izinto ezinkulu.


Futhi njengoba naniyisiqalekiso phakathi kwezizwe, O ndlu yakwaJuda nawe ndlu ka-Israyeli! ngakho ngiyakukusindisa, wena ube yisibusiso; ningesabi, kepha maziqine izandla zenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite