UZefaniya 2:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Umkhawulo uyakuba ngowensali yendlu yakwaJuda; bayoklaba kuyo; ezindlini zase-Ashikeloni kusihlwa bayakulala; ngokuba uJehova uNkulunkulu wabo uyakubahambela, abuyise ukuthunjwa kwabo. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Ugu luyakuba ngolwensali yendlu yakwaJuda, yaluse kulo; ezindlini zase-Ashikeloni bayakubuthisa kusihlwa, ngokuba uJehova uNkulunkulu wabo uyakubahambela, abuyise ukuthunjwa kwabo. Gade chapit laIsiZulu 20207 Ugu luyakuba ngolwensali yabendlu yakwaJuda, yeluse kulo. Iyakulala ezindlini e-Ashikeloni kusihlwa, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wayo uyakuyihambela, aguqule ukuthunjwa kwayo. Gade chapit la |
Abantu kumelwe bathenge amasimu ngemali futhi basayine izincwadi futhi babeke uphawu, futhi bathathe ofakazi ezweni lakwaBenjamini nasezindaweni ezizungezile eJerusalema nasemizini yakwaJuda nasemizini yasezintabeni nasemizini yasesigodini nasemadolobheni asesigodini. Imizi yaseningizimu, ngokuba ngiyakushintsha isabelo sayo,” usho uJehova.