Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UZefaniya 1:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngalolo suku ngiyophinde ngijezise bonke abeqa embundwini, abagcwalisa izindlu zamakhosi abo ngobudlova nangenkohliso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngalolo suku ngiyakuhambela bonke abeqa umbundu, begcwalisa indlu yamakhosi abo ngobudlova nangenkohliso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ngalolo lusuku ngiyakujezisa bonke abeqa umbundu, abagcwalisa izigodlo zamakhosi abo ngobudlova nangenkohliso.

Gade chapit la Kopi




UZefaniya 1:9
11 Referans Kwoze  

Ngalokho abapristi bakaDagoni nabo bonke abangena endlini kaDagoni abanyatheli embundwini kaDagoni e-Ashidodi kuze kube namuhla.


Ngokuba abakwazi ukwenza okulungile, usho uJehova, oqongelela ubudlova nokuphanga ezindlini zabo zamakhosi.


Abaphathi bakhe sebebonile ukuthi ithemba lenzuzo yabo seliphelile, babamba oPawulu noSila, babadonsela esigcawini kubaphathi;


Uma umbusi elalela amanga, zonke izinceku zakhe zibi.


Kodwa ababusi bangaphambili ababengaphambi kwami bahlambalaza abantu, bathatha kubo isinkwa newayini, ngaphandle kwamashekeli angamashumi amane esiliva; yebo, ngisho nezinceku zabo zibusa phezu kwabantu; kepha angikwenzanga lokho ngenxa yokumesaba uNkulunkulu.


Inkosi yakhe yaqeda ekuseni, yavula iminyango yendlu, yaphuma ukuba ihambe; bheka, owesifazane, isancinza sakhe, ewele ngasemnyango wendlu, izandla zakhe zisembundwini.


Njengendlwana yezinyoni igcwele izinyoni, kanjalo izindlu zabo zigcwele inkohliso; ngakho-ke baba bakhulu futhi baceba.


Ngokuba ingcebo yalo igcwele ubudlova, nabakhileyo kuyo bakhulume amanga, nolimi lwabo lunenkohliso emlonyeni wabo.


Futhi ngathi: Kuyini lokhu? Wathi: “Kuyi-efa eliphumayo.” Wathi: Lesi isivumelwano sabo phezu komhlaba wonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite