UZefaniya 1:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Usuku olukhulu lukaJehova luseduze, luseduze futhi lushesha kakhulu, izwi losuku lukaJehova; iqhawe liyokhala ngokumunyu lapho. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 “Usuku olukhulu lukaJehova luseduze; luseduze, lushesha kakhulu; umsindo wosuku lukaJehova uyababa, neqhawe liyahhewula khona. Gade chapit laIsiZulu 202014 “Usuku olukhulu lukaSimakade seluseduze, lusondele futhi luyashesha kakhulu. Umsindo wosuku lukaSimakade uwusizi, neqhawe liyakuqanduqandula lapho. Gade chapit la |